lirik lagu blaq diamond - ngibonga umama
[chorus]
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
[verse 1]
wonk’ amasonto ubungithatha uthi asambe siye enkonzweni (siye enkonzweni)
isikhalo sakho nanamhlanje sisahleli la engqondweni (la engqondweni)
wath’ umthandazo wenza ukuthi usathane angasondeli
ngilondoloze mama, ngilondoloze mama, ngilondoloze mama
mangikhul’ ubung’khanyisela ngekhandlel’ elimhlophe
ubumxelel’ ukubana uthixo ezintlungwini az’ angjonge
impel’ inkosi bekuningi okuthwel’ emahlombe
ngilondoloze mama, ngilondoloze mama, ngilondoloze mama
[bridge]
nami yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto
ngizokwenzela yonk’ into
nami yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto
[chorus]
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
[verse 2]
ukusebenza kanzima ngakufundiswa nguwe nje
noma ngilele ngigula, wen’ uzongi-nursa nje
uyajabu’ umoya mangibona umoyizela nje
unkulunkulu akugcine njalo, uzobona abazukulu bakho
phela mina nawe ukhumbule siphum’ entluphekweni
w-ngitshela into eyodwa ubohlala emthandazweni
buka manje indodana yakho idumile emazweni
ngizokulethela umolokazana ozovus’ umuzi kababa
[bridge]
shwele ndlovukazi ngithi shwele (shwele, shwele)
uyibekile induku ebandla, ngikugqokis’ umqhele
awu ngithi shwele ndlovukazi ngithi shwele (shwele, shwele)
uyibekile induku ebandla, ngikugqokis’ umqhele
[chorus]
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
ngibong’ umama, ngempilo enginayo
w-ngikhulisa uwedwa ngingenababa
washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
[outro]
ngiyabulela mama wami
ngiyabulela mama wami
akugcine usomandla
ngiyabulela mama wami
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu jeffreymmviii - illusion
- lirik lagu bubblegum lemonade - just an album track
- lirik lagu snm natious - wait what? - single
- lirik lagu ivandro - mais velho
- lirik lagu boathouse & closed sessions - naughty by nature
- lirik lagu manaié - vida e morte
- lirik lagu maría josé quintanilla - y me alejé de ti
- lirik lagu kamaiyah - set it up
- lirik lagu why, berry - combo
- lirik lagu jasmine kelly - wednesday