
lirik lagu blaq diamond - memeza
[chorus: sjava & blaq diamond]
sengize ngasha nezwi ngimemeza
ngimemeza
kodwa akekh’ osabelayo
kodwa akekh’ osabelayo
sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
ngimemeza (oh ngimemeza baba)
kodwa akekh’ osabelayo
[post-chorus: blaq diamond]
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
[verse 1: blaq diamond]
we bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
eyanenza ningasabeli mangikhala ngani
bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa
oh kanti nginamanga, nginamanga, nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina
[verse 2: blaq diamond]
ngingamane ngithemb’ itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
ngingamane ngithemb’ itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
[chorus: sjava & blaq diamond]
sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
ngimemeza (oh ngimemeza baba)
kodwa akekh’ osabelayo
kodwa akekh’ osabelayo
sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
ngimemeza (oh ngimemeza baba)
kodwa akekh’ osabelayo
[post-chorus: blaq diamond]
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
[verse 3: sjava]
makuwuwe ngikhala nawe
makuyimi ngikhala ngedwa
makuyimi ngikhala nawe
makuyimi ngikhala ngedwa
sengiqanjwe negama elisha
thu “mabizw’ asabele”
hlala nami nkosi
sengiqanjwe negama elisha weeh
thu “mabizw’ asabele”
tha angilifuni
namhlanje kunje kunje kunje
ngenxa yokulunga kwami
i care too much
namhlanje kunje kunje kunjena nje
ngenxa yokulunga kwami
i care too much
[chorus: sjava & blaq diamond]
sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
ngimemeza (oh ngimemeza baba)
kodwa akekh’ osabelayo
kodwa akekh’ osabelayo
sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
ngimemeza (oh ngimemeza baba)
kodwa akekh’ osabelayo
[post-chorus: blaq diamond]
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
kodwa mak-memeza bona hhayi
i’m always there when they need me, they need me, they need me ngiyasabela
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu amsellem - old pages
- lirik lagu jimmy morris - turn it up
- lirik lagu âşık mahzuni şerif - durma gönül
- lirik lagu koboy & wild - downtown
- lirik lagu mal camino & una mey - not yours
- lirik lagu the altons - going nowhere
- lirik lagu grant (pop) - body electric
- lirik lagu anitta - não para (extended)
- lirik lagu typablo - "she can't"
- lirik lagu don pablo - we gon' run