lirik lagu big zulu - ukube kuya ngami
[chorus ~ ami faku]
ewe ndyamazi lona
ebejikeleza kwincingo zam’
ndiz’misele ngaye
akupheli imini singathethanga
awu ‘kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka
awu ’kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka (ayi)
[verse ~ big zulu]
shun’ wenkabi
mama, ngakunxusa
phambi komfundisi nje wabuzwa
wathi asisoza sahlukana nje, wafunga
kodwa sengiyabona uthando lunamaphutha
dali, ngakukhuza
nhliziyo enothando nje wayiphula
konke ebesinakho nje kwaphucwa
nalembali ebisenhlizweni yami nje yabuna
weh, w~ngichaza umumoyizela
kuthi umung’bheka eyi, inkosi impela
mak~mnyama, s’thandwa ubung’khanyisela
kodwa simomondiya kwabanzima nokubekezela
kuyasiza nokunyamezela
siyashi isisho sithi “emshadweni kuyabekezelwa”
wahluleka, wabona ukuthi ucele indlela
ngangimamatheka, ngihleka ngedwa umasusan
[chorus ~ ami faku]
ewe ngyamazi lona
ebejikeleza kwincingo zam’
ndiz’misele ngaye
akupheli imini singathethanga
awu ’kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka
awu ‘kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka (ayi)
[verse ~ big zulu]
shun’ wenkabi, ayi
alikaze, lashona ngingafonanga
inhliziyo iyabalisa, malishone ngingakubonanga
u~kiss, malike lashona ngingawutholanga
bengifuna abaningi, kodwa lishona ngingaqomanga
themba lam’, wawunothando nempatho
angikhumbuli nelilodwa ilanga ungifikela nes’khali
mina nawe, siyis’buko sothando
adam no eva, eedeni, uthando lwesiqalo
mntanomuntu, ngizwa ngathi ngiphela amandla
inhliziyo elimele, yini ngathi usuyangibhanqa
ewu, ngizwa ubuhlungu mangikuthanda
inkomo zikababa ngiyoyikhalela mangik’shada
mama, mina nawe sasiphila kahle
kuthi noma wonile, amagama akho engithinta kahle
uyakhumbula, uthi uzonginika abantwana abahle?
wavumela owesithathu, inyembezi zami, ukuthi ungilahle
[chorus ~ ami faku]
ewe ngyamazi lona
ebejikeleza kwincingo zam’
ndiz’misele ngaye
akupheli imini singathethanga
awu ‘kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka
awu ‘kube kuya ngami
mntana wenkosi
ndicela uyikhusele
ngob’ inhliziyo ibuthakathaka
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu manyak (tur) - öcü
- lirik lagu becoming nancy & paige peddie - ready to be touched
- lirik lagu 衛蘭 (janice vidal) - 他不慣被愛 (he doesn't deserve)
- lirik lagu patto mc - ho ancora motivo
- lirik lagu konffig - contagem regressiva
- lirik lagu luke combs - rethink some things
- lirik lagu georell magno - twist away
- lirik lagu lilbootycall - i love it
- lirik lagu kanegi. - still on you
- lirik lagu boyce avenue - silver bells