lirik lagu big zulu & azana - amacala othando
[intro: big zulu]
hay’ asibangene stallion
(hayi)
hayi ziyabanda
[chorus: big zulu, azana]
ngikwenzela konke (uhlez’ utheth’ amacala)
kanti ngonani la ekhaya? (uhlez’ utheth’ amacala)
ngubo zakho ziyabanda (uhlez’ utheth’ amacala)
mina angik’thol’ ukphumula (ufuna sxabane njalo)
ngikwenzela konke (uhlez’ utheth’ amacala)
kanti ngonani la ekhaya? (uhlez’ utheth’ amacala)
ngubo zakho ziyabanda (uhlez’ utheth’ amacala)
mina angik’thol’ ukphumula (ufuna sxabane njalo)
[post~chorus: azana, big zulu]
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
dali uthi ngenze njani na? (wena wenze njani?)
ngibuyele ekhaya?
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
dali uthi ngenze njani na? (wena wenze njani?)
ngibuyel ekhaya?
[verse 1: azana]
kunini ngikhala ngawe
mina ngihlala, ngivala, oksenhlizweni
ngenxa yothando
ngenxa yok’thula
ngoba angifuni, umasingazwani
yelelele
[verse 2: big zulu]
aw’nakho u’kthula
ujahe ukulwa
noma ngik’khuza, uyashesh\ uk’phuma
ingane ziyakhula
zithule ziyabuka
ngicela sikhulume
[verse 3: azana]
ungivalele eduxe, bengisakhuluma
ngikuncenga, yehlis’ulaka
baba wekhaya, xola baba (xola baba)
[verse 4: big zulu, azana]
ung’shayisa amahloni (akukho njalo baba)
ujabulisa amaxoki
mawubona mina ubon’ unoninyoni (akukho njalo baba)
ushaya isqhebhe uzenz’ intom
ugruva emanzimtoto (akukho njalo baba)
ukhohliwe uwumakoti wam’ wena
woza skhulume now (xola baba)
[chorus: big zulu, azana]
ngikwenzela konke (uhlez’ utheth’ amacala)
kanti ngonani la ekhaya? (uhlez’ utheth’ amacala)
ngubo zakho ziyabanda (uhlez’ utheth’ amacala)
mina angik’thol’ ukphumula (ufuna sxabane njalo)
[post~chorus: azana, big zulu]
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
dali uthi ngenze njani na? (wena wenze njani?)
ngibuyele ekhaya?
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
uthi ngenze njani na? (wenze njanti?)
dali uthi ngenze njani na? (wena wenze njani?)
ngibuyel ekhaya?
[bridge: big zulu, azana]
ngicela sikhulume (uhlez’ uthetha amacala)
ngicela sikhulume (uhlez’ uthetha amacala)
ngicela sikhulume (uhlez’ uthetha amacala)
(ufuna sxabane njalo)
wemntan’ omuntu (uhlez’ uthetha amacala)
ngicela sikhulume (uhlez’ uthetha amacala)
ngikhiphe zonle (uhlez’ uthetha amacala)
izinkomo zababa inhlonipho ayikho
[refrain: azana]
ngicel uxolo (uhlez’ uthetha amacala)
baba ngicel uxolo (uhlez’ uthetha amacala)
cela ungiphe uxolo (uhlez’ uthetha amacala)
ngoba angeke ngibuyele ekhaya
ngicela uxolo
baba ngicela uxolo
cela ungiphe uxolo
ngoba angeke ngibuyele ekhaya
[outro: azana]
uthi ngenze njani na?
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu o.g. dredd - disappear
- lirik lagu jake la furia - l’ultimo giorno del mondo
- lirik lagu loreena mckennitt - jeffrey george recites winter diamonds
- lirik lagu face yourself - sideration
- lirik lagu ysr gramz & rmc mike - headquarters
- lirik lagu edyn (usa) - savior
- lirik lagu りぶ (rib) (jpn) - focus
- lirik lagu lapiz conciente - para que no pare
- lirik lagu $hoppingbags
- lirik lagu jacques leguerney - je vous envoie