lirik lagu bhekumuzi luthuli - iselulafone
besengijabulile
ngithi ngithol’umuntu ongithandayo
kanti ngizozidalel’utalakiya
besengijabulile
ngithi ngithol’umuntu ongithandayo
kanti ngizozidalel’utalakiya
mina besengijabulile
ngithi ngithol’umuntu ongithandayo
kanti ngizozidalel’utalakiya
weh mama kanti ngizozifak’enyakanyakeni
hawu kanti ngizozifak’otalakiyeni
akangihluphi, akangihluphi
njalo uma kuphel’isonto
uhamba kuze kuse
ngikhalel’izinkomo zikababa
akangihluphi, akangihluphi
njalo uma kuphel’isonto
uhamba kuze kuse
ngikhalel’izinkomo zikababa
ngikhalel’izinkomo zikababa
wayengcono kabi unomalizo
ngikhalel’izinkomo zikababa
wayengcono kabi unomalizo
ngikhalel’izinkomo zikababa
wayengcono kabi unomalizo
besengijabulile
ngithi ngithol’umuntu ongithandayo
kanti ngizozidalel’utalakiya
besengijabulile
ngithi ngithol’umuntu ongithandayo
kanti ngizozidalel’utalakiya
weh mama kanti ngizozifak’enyakanyakeni
hawu kanti ngizozifak’otalakiyeni
akangihluphi, akangihluphi
njalo uma kuphel’isonto
uhamba kuze kuse
ngikhalel’izinkomo zikababa
wayengcono kabi unomalizo
wayengcono kabi kunawe
weh nomalizo
wayengcono kabi unomalizo
wayengcono kabi kunawe
ngikhalel’izinkomo zikababa
wayengcono kabi unomalizo
weh nomalizo
kwakhal’iselulafone
uma eqeda wahamba umkami
w~ngiyala selulafoni
kwakhal’iselulafone
uma eqeda wahamba umkami
w~ngiyala selulafoni
kwakhal’iselulafone
uma eqeda wahamba umkami
w~ngiyala selulafoni
kwakhal’iselulafone
uma eqeda wahamba umkami
w~ngiyala selulafoni
Lirik lagu lainnya:
- lirik lagu queen - the night comes down (2024 mix)
- lirik lagu gavin turek - back on the market
- lirik lagu rithxn - história nunca feita
- lirik lagu farawaysxul - falling from the sky
- lirik lagu depressis - akatsuki
- lirik lagu drxvegitoz - queen
- lirik lagu chestnutiiii - sílabas
- lirik lagu xtaxeen - trage tare
- lirik lagu bhekumuzi luthuli - inkinga ngu r7
- lirik lagu zara haines - the blonde